IChiefs ngeke ikuphinde okwangesizini edlule - Umqeqeshi

2015-08-04 12:34

Johannesburg - Umqeqeshi weBidvest Wits uGavin Hunt uthi iMamelodi Sundowns iyona esethubeni elihle lokunqoba isicoco seligi kule sizini.

Isizini ka-2015/16 ye-Absa Premiership izoqala kule mpelasonto, kodwa uHunt ukholelwa ukuthi iKaizer Chiefs evikela isicoco izohluleka ukuphinda okwangesizini edlule.

“Ngicabanga ukuthi iSundowns nakanjani iziyintandokazi ekunqobeni eseligi,” usho kanje.

Funda nalolu daba: 'Sifuna ukuwunqobela umqeqeshi oweMTN8'

“Abashintshanga kakhulu eqenjini labo. Kwala kancane ngonyaka odlule, banabagadli abasezingeni eliphezulu.”

UHunt uqhube wathi: “ISuperSport nayo inabagadli abasezingeni; izoba sethubeni. Angiyiboni iChiefs inqoba imidlalo engu-11 kwengu-12 yokuqala njengoba yenza ngesizini edlule.”

“IPirates ineqembu elihle. Banomdlandla futhi badlala ibhola elisheshayo. IPlatinum Stars inabadlali abasezingeni, kanti ne-Ajax yenze kahle ngesizini edlule. Noma yiliphi iqembu lingakwazi ukushaya elinye," kubika iKickOff.com.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.