IChina ithumele ithimba elizolwisana ne-Ebola

2015-01-13 12:30

Beijing – Izwe laseChina liqinisa imizamo yayo ekulwisaneni negciwane le-Ebola njengoba selithumele ezinye izisebenzi zezempilo ezingu-232 eNtshonalanga Afrika.

Abezindaba kuleliya lizwe bathi leli thimba eliyisibalo esikhulu ukuthunyelwa yiChina kwelinye izwe, elizosuka ngoLwesibili, linabangu-154 abazothunyelwa eLiberia nabangu-78 abazothunyelwa eSierra Leone.

Funda nalolu daba: Siyathembisa isimo kwelaseLiberia naseGuinea nge-Ebola.

Bazoba yingxenye yethimba bazoba nodokotela bamasosha abangu-43 kanye nongoti abangu-35 beChinese Centre for Disease Control okumanje lisebenza eSierra Leone, futhi eselilaphe abantu abangu-61 laqeqesha abangu-1 600 bezempilo.

IChina, engakaze ibike noyedwa owangenwa yileli gciwane, inesipiliyoni ekubhekaneni nezifo ezithelelanayo ezifana neSevere Acute Respiratory Syndrome kanye nomkhuhlane.




 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
Most Read
News In Your Area
Top Lifestyle
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.