IChippa ihlawulise o weChiefs obenyamalele

2015-08-24 12:31

Johannesburg - Umdlali wasesiswini weChippa United, uChris Matombo, usebuyele kuleli qembu ngemuva kokuba kwakubikwe ukuthi akaziwa ukuthi ukuphi.

Phambilini kubikwe ukuthi lo mdlali oneminyaka engu-21 ubudala obolekiswe yiKaizer Chiefs kuleli qembu leChippa, unyamalele ngeledlele ngaphambi kokuba leli qembu lilibangise eGoli ukuyodlala ne-Orlando Pirates.

Funda nalolu daba: OweBucs uvuma eyokuxhumana neDowns

Umqeqeshi wamaChilli Boys, uRoger Sikhakhane, uthi uMatombo usebuyile, watshela iKickOff.com ukuthi: “Uhlawulisiwe yiqembu. Usebuyele ejimini kanti futhi ungomunye wabadlali abangase bakhethwe ukuba badlale emdlalweni olandelayo.”

IChippa izobhekana ne-University of Pretoria kowe-Absa Premiership ngoLwesibili ebusuku.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.