IDA izoluyisa enkantolo olwama-etoll eWestern Cape

2015-08-11 11:32

Cape Town – IDemocratic Alliance izwakalise ukuthi izobabela eNkantolo ePhakeme yaseWestern Cape yokuvimba isinqumo sakwaSanral sokufaka ama-etoll ezingxenyeni ezithize emigwaqweni enguthelawayeka u-N1 no-N2 ngokusho kombiko.  

Ngokubika kweFin24 ngenyanga eyedlule isikhulu esiphezulu sakwa-SA National Roads Agency uNazir Alli utshele iCape Chamber of Commerce and Industry basezinhlelwe zokufaka ama-etoll kwezinye zezingxenye zale migwaqo eWestern Cape.

Idolobha laseKapa lizwakalise ukukhathazeka mayelana nokuthi ukufakwa kwala ma-etoll kuzoba namuphi umthelela kwezomnotho.  

OLUNYE UDABA:  Kushoda uphethiloli eGoli

Ilungu lekomidi leMeya kwezokuthutha uBrett Herron uthe uSanral awuzane uyenze le migwaqo yaba sesimweni sokufakwa ama-etoll eKapa.

“Sizosiphikisa lesi sinqumo esenziwe i-CEO yakwa-Sanral ngoba ubengagunyaziwe ngaso.”

Okhulumela uSanral uVusi Mona ngo-Ephreli uthe “kuphambene” ukuthi u-Alli wathatha lesi sinqumo eyedwa njengoba sathathwa ezingeni longqongqoshe.

UMona uthe ingxenye yale migwaqo isesimweni esingagculisi ngakho uSanral ufuna ukungenelela uqale ukuwusebenze ngokushesha. 

        - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 

           - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.