IDenmark izonikelela abahlukunyezwe yiBoko Haram

2015-01-15 18:33

Copenhagen – Uhulumeni waseDenmark ubeke isamba semali elinganiselwa ku-$2milion ukusiza labo abahlukunyezwa yiqembu lamavikelambuso iBoko Haram  eNigeria.

UNgqongqoshe wezangaPhandle eDenmark uMogens Jensen uthe izwe lakhe likwenza lokhu ngokuzwelana nemindeni eyahlukumezeka njengoba befuna ukubanikeza izimpahla zokugqoka, ukudla, indawo yokuhlala nokuthi bakwazi ukubhekana nesimo sempilo ngemuva kokuhlukumezeka.

OLUNYE UDABA: Kusolwa iBoko Haram ngokuthunjwa kwabangu-100

UJensen ngoLwesine uthe isigameko sakamuva sokubulawa kwabantu abangu-100 eNigeria sesenze ukuhlala kwangaba lula ezindaweni ezisemakhaya kuleli lizwe nasemazweni angomakhelwane okubalwa kuwo iChad, Niger neCameroon.

Uthe le mali izodluliselwa kwabeRed Cross nakwiNhlangano yeZizwe ukuze bayisabalalise ngendlela efanele.

IBoko Haram ihlalise abantu baseNigeria lubhojozi njengoba ihlasela ibulale abantu ikakhulukazi labo abazinze enyakatho yaleli lizwe.

    - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 

      - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.