IGagasi FM kumabonakude

2015-08-04 13:29

Durban – Kuqopheke umlando kwethula ngokusemthethweni ubudlelwano phakathi kwe-OpenView HD nemisakazo emithathu ezimele iGagasu FM, Heart FM ne-OFM.

Ngokusho kwesitatimende le misakazo isizotholakala kwi-OpenView HD.

“Siyajabula kakhulu ukunethulela imisakazo emithathu esizotholakala kwi-OpenView HD.

Ngalobu budlelwano sizonikeza abalaleli bale misakazo indlela esezingena yokulalela izinhlelo abazikhonzile kumabonakude,”kusho uZiyanda Mngomezulu oyisikhulu sePlstco Digital.

OLUNYE UDABA:  Konke kume nse ngokunyuka kwamatekesi

Le misakazo ihamba phambili ezifundazweni esakaza kuzo njengoba iGagasi kuyisona siteshi esenza inzuzo esiwu ngqa phambili.

IHeart FM yona iqenqeleza ngabalaleli eWestern Cape bese kuthi-OFM ihambe phambili ngokuhlanganisa izifundazwe ezintathu okubalwa iNorth West, Northern Cape nengxenye eseningizimu yeGauteng.

“Ababukeli bethu bazototoseka ngezinhlelo zethu ezilokhu zikhule njalo njengoba sebezokwazi futhi nokuthola nemisakazo abayikhonzile,” kusho uMngomezulu. 

      - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 

          - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
Most Read
News In Your Area
Top Lifestyle
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.