'IKaizer Chiefs iyiBayern Munich yaseMzansi'

2015-01-15 09:31

Johannebsurg - IKaizer Chiefs iyiBayern Munich yaseNingizimu Afrika, ngokusho komqeqeshi weHoffenheim uMarkus Gisdol.

UGisdol ubekhuluma ngaphambi kokuba iqembu lakhe libhekane neChiefs kowobungani eFNB Stadium ngoLwesihlanu ebusuku ngo-19:30.

“IKaizer Chiefs iyiBayern Munich yaseNingizimu Afrika,” kucashunwe uGisdol esho kanje kwi-website yeChiefs.

“Leli qembu liyizinkunzi ebholeni lezinyawo eNingizimu Afrika.”

Funda nalolu daba: IBafana ifundise iBafana isifundo.

Khonamanjalo, uGisdol udalule ukuthi iqembu lakhe – elilele endaweni yesikhombisa kwilogi yeBundesliga  - lidlala ibhola elisheshayo, kubika iKickOff.com.

“Siyathanda ukudlala ibhola eliya phambili, sihlasela,” usho kanje.

IChiefs izobe ifuna ukwenzeka kangcono kune-Ajax Cape Town eshaywe yiqembu laseJalimane iVfl Wolfsburg ngo-4-1 izolo ebusuku.



 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.