IKaizer Chiefs izoya eKapa hhayi eSpain

2015-01-14 13:31

Johannebsurg - IKaizer Chiefs ngeke iyokhempa eLa Manga eSpain kulo nyaka, kunalokho izoya kokhempa eKapa.

Phambilini kwakubikwe ukuthi iChiefs, imenywe ukuba ibeyingxenye yomqhudelwano waminyaka yonke eLa Manga kanye namanye amaqembu ase-Europe okubalwakuwona i-AIK neRosenborg.

Bekulindeleke ukuba iphinde idlale owobungani neqembu elidlala kwiBundesliga, iBorussia Dortmund, okumanje iseLa Manga izilungiselela isigaba sesibili sesizini.

Funda nalolu daba: Kungani ngingazilolongi neqembu - Unozinti.

Manje sekuthathwe isinqumo sokuba leli qembu lingayi e-Europe, kanti uBobby Motaung ukuqinisekisile ukuthi umdlalo wobungani abazowudlala yilowo abazowudlala ngoLwesihlanu neHoffenheim kuphela, kubika iSiya crew.

Ekhuluma nabezindaba izolo, uMotaung uthe, “Ayikho eminye imidlalo yobungani esizoyidlala. Sizoya eKapa ngomhlaka 27.”




 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 





NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.