INingizimu Afrika income imizamo ka-Obama neCuba

2014-12-18 11:15

Johannesburg - INingzimu Afrika ishayele uMengaemli waseMelika uBarack Obama ihlombe ngoLwesine ngemizamo yokwakha ubudlelwano nezwe laseCuba.

"Uhulumeni waseNingizimu Afrika uyakwamukela ukudedelwa kwabathathu abaziwa ngeleCuban Five, kanye nemizamo yeMelika yokwakha ubudlelwano neCuba,” kusho uMnyango wezobudlelwano namazwe omhlaba esitatimendeni. Laba abaziwa ngeleCuban Five kwakuyizikhulu zezobunhloli eCuba ezaboshwa eMelika.

Funda nalolu daba: UMnyango uyalelwe ukuba ukhokhe u-R81m.

Oyedwa wadedelwa ngo-2011, omunye udedelwe ngasekuqaleni konyaka, kwathi abanye abathathu badedelwa izolo ngoLwesithathu.

Laba badedelwe ngemuva kwesivumelwano sika-Obama noMengameli waseCuba uRaul Castro ngemizamo yokwakha ubudlelwano phakathi kwalamazwe womabili.





 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.