INkosi yabaThembu ixolise kuZuma

2014-12-25 10:15
Johannesburg - Inkosi yesizwe sabaThembu uBuyelekhaya Dalindyebo uvakashele uMengameli wezwe uJacob Zuma emzini wakhe oseNkandla, wafike waxolisa ngezenzo zakhe zokwedelela umengameli, kusho iHhovisi likaMengameli ngoLwesithathu.

"Inkosi ifike yaxolisa kumengameli uZuma. Ifike yazozithoba ngenhlonipho," kusho uMkhulumeli kaZuma uMac Maharaj, ethi umengameli wamukele ukuxolisa kukaDalindyebo.

Umhlangano lona ubuhanjelwe nanguNgqongqoshe eHhovisi likaMengameli uJeff Radebe, uMgcinimafa weqembu elibusayo, i-ANC, uZweli Mkhize kanjalo nomakadebona we-ANC uWinnie Madikizela-Mandela.

"Inkosi inike umegameli inkomo, ikhombisa ukuthi iyashweleza, nomengameli wakhipha inkomo naye ekhombisa ukuthi uyakwamukela ukuxolisa," kuchaza uMaharaj.

UDalindyebo wagcwaneka umengameli ethi ungumqambi manga, wambiza nangomfana womZulu.



 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.


 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

 

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.