Kuphikwa eyokungabonakali kukaZuma ePhalamende

2015-01-16 08:01

Johannesburg - IHhovisi likaMengameli wezwe uJacob Zuma, liyakuphika ukuthi umengameli akasayi ePhalamende kusukela aphazanyiswa yi-Economic Freedom Fighters, mhlaka-21 Agasti.

"Umengameli wayekhona ePhalamende ehambele umhlangano wokwethulwa kwesabelo zimali samaphakathi nonyaka esethulwa nguNgqongqoshe wezeziMali uNhlanhla Nene, mhlaka-24 Okthoba," kusho umkhulumeli kamengameli uMac Maharaj.

"UMengameli uZuma waphinde wakhuluma ngaphambi kweNational Council of Provinces, mhlaka-6 Novemba," kuqhuba uMaharaj.

Funda ngalolu daba: Ubhodla umlilo uMalema

UMaharaj ucacise ukuthi umengameli akasilo ilungu lePhalamdeni, kuphela uya ngoba emenyelwe okuthile.

Ngenyanga ka-Agasti, abe-EFF baphazamisa umengameli ngesikhathi ebiziwe ezophendula imibuzo ngokulungiswa komuzi wakhe oseNkandla.

I-EFF yabanga umsindo oshaya amaseskhi ithi umengameli akakhokhe imali ekwalungiswa ngayo lo muzi.



 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.