ISilo besifuna ibe yimfihlo eyokuhambela eZim - Umbiko

2015-08-13 10:05

Harare – ISilo samaBandla uGoodwill Zwelithini kaBhekuzulu ubefuna ibe yimfihlo eyokuhambela kwakhe eZimbabwe ngenxa yezokuphepha, kusho umbiko ngoLwesithathu.

IMbube kubikwa ukuthi kulindeleke ukuba ihambele eGwanda, eMatabeleland, ekupheleni kuka-Agasti imenywe yinjinga engosomabhizinisi waseZimbabwe ozinze eNingizimu Afrika.

OLUNYE UDABA: Abasebukhosini bathi ngeke baphawule ngoluthitna iSilo

Abagqugquzeli balo mcimbi eZimbabwe bathe ithimba likaNgangezwe lakhe licele ukuba lolu hambo lugcinwe luyimfihlo, kusho umbiko wephephandaba iHerald.

Izishoshovu zamalungelo abantu eMatabeleland zithe iSilo samukelekile, yize sisolwa ngokuphehla udlame olwalubhekiswe kwabokufika eNingizimu Afrika ngasekuqaleni konyaka.

Esinye isishoshovu, uDumisani Mpofu, sithe iSilo akumele sixolise ngoba esakusho kutshengisa ukuthi uhulumeni wase-Afrika ubhekene nezinkinga okumele uzilungise.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
1 comment
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.