IVideo: Umama oyimpumputhe ubona ingane okokuqala ngqa

2015-01-25 08:30

Washington - I-video esabalale ngesonto eledlule iveza umama oyimpumputhe waseCanada  ebona ingane yakhe ngosizo lwezibuko zobuchwepheshe besimanje.

I-video ikhombisa uKathy Beitz, 29, ebona usana lwakhe olusanda kuzwalwa ngosizo lwezibuko.

"Ngiyaqala ngqa ukubona ingane, futhi kuyangijabulisa ukuthi ngiqale ngeyami,” kusho uBeitz kwi-video.

Funda nalolu daba: Kushone oyedwa kwalimala 37 kuhlasela izihonga.

"Ubelethe ingane wabe esefuna ukuyibona ngaso leso sikhathi,” kusho uYvonne Felix, udadewabo kaBeitz okunguyena ofake le-video kuYou Tube.

UFelix, naye onenkinga yamehlo, uqoqa imali yokusiza abantu abaningi abayizimpumputhe ukuba bakwazi ukuthola lezi zibuko ezimba eqolo ku - makeblindnesshistory.com.




 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.