Ibukise ngabo imvula abakhishwe ngodli epulazini

2015-01-14 11:01

Harare - Bathole ukukhululeka okuncane abantu baseZimbabwe abakhishwe epulazini ngemuva kokuvuywa yinkantolo.

Amakhulu emindeni yaseZimbabwe ngoMsombuluko ebusuku babhaxwe yimvula behleli esesigangeni, ngemuva kokuba iNkantolo eNkulu yaseZimbabwe iyalele ukuba kumiswe ukukhishwa kwabo epulazini.

U-Aspinas Makufa, wayelwela inkululeko ngesikhathi sobandlululo – elwela nelungelo lomhlaba.

Funda nalolu daba: Kushone 48 kuhlasela izikhukhula eMalawi.

Ngemuva kweminyaka engu-34 uselwa nohulumeni wakhe oholwa uMenbgameli uRobert Mugabe.

"Salilwela lelizwe, kodwa manje sesiphathwa njengezifikanamthwalo. Umthetho umi ngasohlangothini lwethu, kodwa amaphoyisa azibona engaphezulu komthetho. Kungokwesibili becekelaphansi imizi yethu." kusho uMakufa.

Abantu baseZimbabwe bebehleli esigangeni njengoba imizi yabo icekelwe phansi ngesikhathi bekhishwa epulazini okuthiwa kuzokwenziwa kulona umklamo ozongenisa imali, kubika iSABC.



 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.