Igwetshwe izinyanga ezingu-6 indodana yomlingisi

2015-01-09 08:05

Beijing - Inkantolo yaseChina ithi indondana yomlingisi uJackie Chan ilivumile icala lokuhlinzeka abasebenzisa izidakamizwa ngendawo kanti ibe isigwetshwa izinyanga eziyisithupha ebhadla ejele.

IDongcheng District People's Court eBeijing ku-website yayo ithe uJaycee Chan oneminyaka engu-32 ubudala uyalelwe ukuba akhokhe u-2,000 yuan,okuyimali engaphezulu kuka-R3300, ngoLwesihlanu.

Funda nalolu daba: Akasekho emhlabeni u-Andrae Crouch.

Amaphoyisa abopha uChan, kanye nabanye ngo-Agasti emzini kaChan eBijing.

IXinhua News Agency ithe uChan nalabo abeboshwe nabo bahlolwa kwatholakala insangu egazini labo, amaphoyisa aphinde ashaqa insangu enesisindo esingu-100 grams emzini kaChan.



 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
1 comment
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.