Ima bezohlonzwa abashone emlilweni eKapa

2015-08-13 14:30

Cape Town – Ima zizohlonzwa izisulu ezintathu ezidlule nomlilo eHout Bay ngoLwesithathu ebusuku, kusho amaphoyisa esifundazwe.

Okhulumela amaphoyisa uConstable Noloyiso Rwexana uthe kukholakala ukuthi izisulu zibalelwa emnyakeni ephakathi kwengu-20 nengu-30 ubudala azikaziwa.

Kukholakala ukuthi izisulu bezikweminye yemijondolo eshe yangqongqa.

OLUNYE UDABA: Umlilo ubulale ababili eThekwini

“Udaba luyaphenywa kanti futhi kuvulwe idokodo,” kusho uRwexana.

Okhulumela abezicishamlilo zedolobha laseKapa uTheo Lane uthe izicishamlilo zikwazile ukubhula ilangabai ngehora ngemuva kokufika endaweni yesigameko ngezithuba zabo-20:30.

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.