Imantshi yasePitoli ixoshelwe ukuzamula enkantolo

2015-08-24 11:33

Pretoria – Imantshi ixoshiwe emsebenzini ngemuva kokulahlwa yicala lokungaziphathi kahle emsebenzini kulandela izinkonondo zokuthi “yazamula ingenamahloni” enkantolo, kusho umbiko ngoMsombuluko.

Iphephandaba iThe Star ibike ukuthi uNdileka Ndamase ukhale ngaphansi eNkantolo eNkulu yasePitoli ngokuthi kuhoxiswe ukutholakala kwakhe enamacala angu-11 okungaziphathi kahle emsebenzini.

Izikhalazo ayefakelwe zona zibandakanya ukuzamula enkantolo “nokubukeka engenasikhathi sokuqhubeka enkantolo”.

OLUNYE UDABA: Uxoshiwe ohambele "umngcwabo" womuntu oyedwa kabili

UNdamase wakhala ngokuthi uyacwaswa ngoba nakhu engumuntu onsundu, ngoba ethi izikhalazo eziningi ngaye zafakwa amaBhunu.

IJaji uNeil Tuchten uthe konke lokhu kungamampunge, ngoba futhi yena uNdamase ukhethe ukumelwa ummeli ongumlungu.

UNdamase walahlwa amacala ngo-2012.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.