Imeya ivele enkantolo ngelokushaya

2015-01-08 09:33

Johannesburg - IMeya kaMasipala waseKgetlengrivier, uKim Medupe, uvele ngaphambi kwenkantolo mayelana necala lokushaya, kusho umbiko wamaphoyisa aseNorth West.

Uvele ngaphambi kweNkantolo kaMantshi waseKoster, icala lakhe lahlehlela umhlaka-12 Mashi, kusho okhulumela amaphoyisa uSabata Mokgwabone.

Izinsolo zithi uMedupe, 39, washaya owesifazane oneminyaka engu-33, ubudala.

Isehlakalo senzeka eReagile, ngoMgqibelo.

"Kukholakala ukuthi owesifazane wafakwa emotweni kammangalelwa, wayiswa ndawana thize wafike washaywa, washiswa enqunu esigangeni," kusho ubufakazi obethulwe enkantolo.

UMedupe uvele nomunye umsolwa uDinah Moema, 36.

Ngokusho kwephephandaba iSowetan, ummangali uNthibang Tlhong, 33, usolwa ngokuba nobudlelwano nomyeni wemeya.



 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.