Incwadi ebhaliwe eduze kwenja ebulawe ngesihluku

2015-08-13 14:30

Florida –  Inja eneminyka engu-13 ubudala itholakale isishonile ngemuva kokushaywa kanzima futhi eduze kwayo kunencwadi ebhalwe ngesandla ukuthi “Siyishaya ize ife, LOL, HAHAHAHA, ngokusho kwamaphoyisa.

Le nja yohlobo lwePomeranian itholakale ngemva kwendlu egcekeni lomnikazi wayo eningizimu yempumalanga yasedolobheni laseFlorida ePembroke Pines, kusho isitatimende esikhishwe ngamaphoyisa.

OLUNYE UDABA: Owesilisa udinwe washumpula ubuntu bembangi yakhe

Kubikwa ukuthi udokotela wezilwane ohlonze isidumbu sale nja uveze ukuthi le nja ibishaywe kanzima kangangokuthi bekunamathambo aphukile kuyona emzimbeni.

Amaphoyisa athe avule idokodo ngalolu daba athembisa ukuliphenya leli cala elikhombisa isihluku esibhekiswe ezilwaneni.

Kubikwa ukuthi umnikazi wale nja ogamalayo nguFoxx usashaqekile ngalesi sigameko. 

      - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

         - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.