Ingamanga eyemiphumela ka-matric eF State – DA

2015-01-06 16:02

Johannesburg - Izinga lokuphasa kwabafundi bakamatikuletsheni eFree State kumele libe ngu-39% hhayi u-82.8% obikwe nguMnyango wezeMfundo, kusho iDemocratic Alliance esifundazweni ngoLwesibili.

Empendulweni ebhalwe phansi kulandela umbuzo ePhalamende ngonyaka odlule, uNgqongqoshe wezeMfundo esifundazweni uTate Makgoe wathi bangu-55 625 abafundi ababhalisela uGrade 10 ngo-2012, kepha ngasekuqaleni kuka-2014, baba ngu-26 633 kuphela abafundi ababhalisela u-matric, kusho iLungu le-DA esiShayamthetho uMariette Pittaway.

"Kwathi kushaya usuku lokuletha impendulo, isibalo sabenza ibanga leshumi sase sehle saba ngu-26 078,” kusho uPittaway esitatimendeni.

OLUNYE UDABA: UMnyango uphenya ngababhala u-matric eKZN

"Lokhu kuchaza ukuthi abafundi abangu-29 547 bashiya phakathi esikoleni,” esho.

Ukushiya phakathi nokufeyila kwabafundi ebekumele engabe bebenza u-matric ngonyaka odlule kusho ukuthi izinga lokuphasa kwabafundi kumele libe ngu-39%, esho.

Uthe kuyadabukisa ukuthi kunabafundi abangu-30 000 abangasabalwa nguMnyango uma ukhuluma ngabafundi abafinyelele ebangeni leshumi.



 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.