Ingimangazile iKoze Kuse - DJ Merlon

2015-01-06 12:32
UDJ Merlon noMondli Ngcobo bathi bamangele ngeKoze Kuse

UDJ Merlon noMondli Ngcobo bathi bamangele ngeKoze Kuse

Multimedia   ·   User Galleries   ·   News in Pictures Send us your pictures  ·  Send us your stories

Durban – Asefike adlula amaholidi kaDisemba kanti ingoma ebiduma emakhanda abantu abaningi kula maholidi ibithi Koze Kuse eka-DJ Merlon noMondli Ngcobo.

Le ngoma idansise abantu abaningi kula maholidi kanti nasemisakazweni eyahlukene iyona okungenwe ngayo ku-2015.

Nakuba le ngoma ibihlanyisa abaningi kula maholidi kodwa lo DJ nalo mculi bathi bebengakulindele ukuthi le ngoma izothandwa ngale ndlela kuze kube yiyo ehlukanisa unyaka. 

OLUNYE UDABA: Kuboshelwe abanohlonze kowokuhlukanisa unyaka

Ekhuluma neCity Press uMerlon uthe le ngoma isimvulele iminyango eminingi nakuba namanje esathukile ngesasasa layo.

“Ngale ngoma nje ngithole ithuba lokuthi ngisayine nenkampani enkulu i-Universal Records SA. Ngiyabonga kakhulu kubantu baseMzansi ngesasasa abalikhombisile ngale ngoma,” esho.
 

       - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

       - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
1 comment
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.