Inhlangano yabafundi ithi kusazoshuba e-UKZN

2015-09-15 12:33

Johannesburg - ISouth African Students Congress (Sasco) isixwayise ngokuthi usazoshuba umbhikisho wase-University of KwaZulu-Natal esikhungweni saseWestville futhi ungase isabalalele nakwezinye izikhungo zenyuvesi.

Inyuvesi ibivaliwe ngoMsombuluko ngemuva kokuba abafundi becekele phansi impahla yesikole bebhikishela ukwenyuswa kwamanani okufuna angonyaka ozayo.

Abafundi bashise izakhiwo ezimbili kanye nezimoto.

Funda nalolu daba: Uyaveva ophase ilayisense wabuye waphucwa

Ekhuluma ohlelweni lwe-AM Live, unobhala weSasco esifundazweni, uMonamela Mofokeng, usola abaphathi benyuvesi ngokwehluleka ukwenza izinguquko.

Uthi imigomo yezimali enyuvesi ilimaza abafundi abaphuma emakhaya ahluphekayo, kubika iSABC.

Khonamanjalo, okhulumela uMnyango wezemfundo, uKhaye Kwanyane, uthi bakhathazekile futhi abahambisani nezehlakalo zodlame lwase-UKZN.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.