Inkakha yodumo ifuna sinikezwe u-16V eseChiefs

2015-06-13 13:38

Johannesburg – Baningi abaqeqeshi esekuvele amagama abo esikhundleni sokuqeqesha iKaizer Chiefs okuhlanganisa elikaSteve Komphela noRuud Krol ngokusho kombiko.

Ngokubika kweSoccer Laduma nakuba kunamagama ezinkakha zabqeqeshi kulesi sikhundla kodwa inkakha yeKaizer Chiefs uMark Williams udalule ukuthi ukholelwa ekutheni uDoctor Khumalo obengumsizi kaStuart Baxter angenza umsebenzi ongcono kulesi sikhundla.

UWilliams utshele iSiya Crew ukuthi akakuqondi kungani umuntu akaba umsizi womqeqeshi iminyaka emithathu anganikezwa ithuba lokuqhoqhobala lesi sikhundla.  

Uthe nakuba uKomphela engenayo i-CV eqinile kodwa uyamdinga umuntu azoqhudelana naye.

OLUNYE UDABA:ICeltic iqinise isikwati ngabeSwallows

“Kungani bengawuniki uDoctoer Khumalo lo msebenzi.

Usebe umsizi womqeqeshi iminyaka emithathu ngaphansi kukaBaxter kanti useke waliqeqesha leli qembu ebambisene no-Ace Khuse phambilini,” esho.

“Usehlale kwiChiefs impilo yakhe yonke. Useke wadlale neBafana Bafana izikhawu eziningi uyalazi usiko lwebhola leChiefs nelakuleli.

Angenza umsebenzi oncomekayo uma engase anikezwe ithuba.”

UWilliams uthe akakuqondi ukuthi kungani umuntu ongumsizi womqeqeshi engeke akwazi ukuba umqeqeshi ogcwele.

    - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 

      - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
2 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.