Inkantolo ikhathazekile ngokubulawa kofakazi

2015-01-07 12:32

Nairobi – Inkantolo yamazwe omhlaba, i-ICC, isizwakalise ukukhathazeka ngokubulawa kowesilisa obekuthiwa uzofakaza ecaleni elithinta iPhini likaMengameli waseKenya uWilliam Ruto.

I-ICC ngoLwesibili ithe isisulu, uMeshack Yebei, ubengekho ohlwini lwabazokwethula ubufakazi kodwa inkantolo yayithembise ngokumnikeza indawo yokuhlala ephephile uYebei.

Funda nalolu daba: Kudutshulwe amaphoyisa amabili eGibhithe.

UYebei wathunjwa esemzini wakhe entshonalanga yezwe laseKenya ngoDisemba 28, isidumbu sakhe satholakala ngemuva kwezinsuku ezinhlanu.

UKen Wafula, oyisishoshovu samalungelo abantu obelokhu exhumana nomndeni kaYebei, uthi uYebei wahoxiswa ekubeni ngufakazi kuleli cala.

URuto nentatheli uJoshua Sang babhekene namacala odlame lwango-2007/8 olwaba ngemuva kokhetho, okwashona kulona abantu abangaphezulu kwabangu-1 000.




 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.