Inkulumo kaZuma evala unyaka ka-2014

2015-01-01 14:15
Cape Town – UMengameli wezwe uJacob Zuma wethule inkulumo yakhe yokuvala unyaka, wathi unyaka ka-2014 kube ngunyaka oyisipesheli ezweni, njengoba bekuphela iminyaka engu-20 izwe lathola inkululeko.

UZuma uthi iNingizimu Afrika iyizwe elingcono abantu abangahlala kulo uma kuqhathaniswa nangonyaka ka-1994.

Uqhube wathi kuguqulwe izimpilo zabantu abayizigidi.

"Abantu baseNingizimu Afrika baya okhethweni ngenhloso yokuqinisekisa ukuthi izwe libuswa ngokwentando yeningi.”

UZuma uveze ukuthi kwakhiwe izikole nemitholampilo, ngenhloso yokuthi kusizakale abantu.

“Sikhuluma nje, bangu-11 million abantu abaxhunyelwe ugesi kusukela ngo-1994.”
 



 



 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.



 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.