Intukuthelo kubaba wezingane ezigwaziwe

2014-12-19 12:48

Johannesburg - Ubaba wezingane ezimbili ezigwazwe yizigilamkhuba eDobsonville, eSoweto, uthi kumthukuthelisile ukuchithwa kwamacala abebekwe umsolwa.

Ubaba wezingane uLehlogonolo Majara, utheleke eNkantolo kaMantshi waseProtea, la bekulindeleke khona kuvele umsolwa.

"Ngithukuthele njengoba kuhlehliswe amacala. Ugogo uthe umsolwa akusiye ohlaselile," kusho uMajara.

Funda  nalolu daba: Kuthungathwa izigebengu ezigwaze izingane eGoli

Abafanyana bakaMajara abaseminyakeni yobudala ephakathi kwemibili nemithathu, nomama wabo oneminyaka egnu-20 ubudala, bahlaselwe besekhaya kubo ngoLwesibili.

Ngokusho kwabeNational Prosecuting Authority (NPA), amacala achithiwe kulandela ukungabi khona kobufakazi obanele.


 


 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.