Inyantisa igazi ingozi okushone abane kuyona

2015-08-09 07:19

Johannesburg – Inyantisa igazi ingozi ebulale abantu abane ngaseBarberton eMpumalanga ebimbandakanya imoto encane neveni, ngokusho kwabosizo lokuqala.

Eyodwa yalezi zimoto ibizama ukujika maphakathi nomgwaqo ngesikhathi le ngozi yenzeka ngoMgqibelo ebusuku, kusho okhulumela abakwa-ER24 uWerner Vermaak.

OLUNYE UDABA: Owesilisa ushayiswe yimoto washona eThekwini

Ababili abebegibele iveni bashone ujuqu kwathi nabanye ababili emotweni encane ebilayishe abane nabo bashona khona endaweni yesigameko.

Ababili abalimele kubikwa ukuthi balashelwe endaweni yesigameko ngaphambi kokuthi badluliselwe esbhedlela.

Amaphoyisa athelekile endaweni yesigameko ukuze aqale uphenyo olunzulu ngale ngozi. 

       - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 

           - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.