Isicelo sikaMeyiwa kuKelly Khumalo

2015-07-20 11:31

Johannesburg – Udaba lokubulawa kukaSenzo Meyiwa lusekude impela ukuphela njengoba uBaba kamufi esezwakalise into eyodwa ayifuna kuKelly Khumalo.

Engxoxweni abenayo neSunday Sun, uSam Meyiwa uthe ufuna uKelly aphumele obala asho ukuthi ngubani ngempela owabulala indodana yakhe.

"Ngifuna ukwazi ukuthi ubani owabulala uSenzo. Yilokho nje kuphela engikufuna kuKelly."

Funda nalolu daba: Umkhondo omusha ngokubulawakukaSenzo Meyiwa

Lokhu kuvele ngemuva kokuba uSam phambilini ethe izimali aziphumi ngenxa yokuthi omunye wabasolwa ubhalwe encwadini yefa.

Kodwa amaphoyisa ngokuhamba kwesikhathi azichitha lezi zinsolo, athi asaphenya.

Khonamanjalo, kubikwa ukuthi uKelly uthathe isinqumo sokuthi uzolwa ukuze athole ingxenye ethile ezimalini zikaSenzo nokuyinto eyacasula uSam.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
Most Read
News In Your Area
Top Lifestyle
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.