Isihlabani somlingisikazi sihlangane noPhapha

2015-01-08 18:32

Hollywood – Isihlabani somlingisikazi waphesheya kwezilwandle uhlangabezane nethuba elingandele bani ngemuva kokuboniswa kwefilimu yaso eyisipesheli.

Kubikwa ukuthi u-Angelina Jolie osebuye aqondise amafilumu uhlangane noPhapha Francis ngoLwesine ngemuva kombukiso oyisipesheli kwefilimu yakhe esihloko sithi Unbroken.

OLUNYE UDABA: Owesifazane oheha kunabo bonke emhlabeni

Le filimu ikhuluma ngempilo kaLouis “Louie”  Zamperini ongowokuzalwa e-US owangenela ama-Olympic angonyaka ka-1936 ayebanjelwe eNazi Germany eBerlin waphinde waba yingxenye yempi yomhlaba yesibili.

“Ukuboniswa kwale filimu i-Unbroken umqondisi wayo u-Angelina Jolie uthole ithuba lokuhlangana noPhapha,” kubhala iL’ Osservatore Romano kwiTwitter.

     - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

        - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.