Isikole sichithe umdlalo wamafoli nebhala esikoleni

2015-06-17 14:37

Devon - Ukwenza amafoli nokudlala ibhala akusafuneki kwesinye sezikole samabanga aphansi ngoba kuyingozi.

Abavumelekile abafundi besikole i-Old Priory Academy esiseDevon ukuba badlale noma benze iminyakazo ye-gymnestics ngesikhathi sekhefu ngoba kuyingozi.

Uthishanhloko walesisikole u-Emma Hermon-Write, uthe lo mthetho ubekwe ngemuva kokuba omunye wabafundi zezilimazile esikoleni edlala amafoli.

"Kulandela izigameko ezimbalwa zokudlala amafoli siqoke ukuba ingabe isadlalwa imidlalo yokuma ngezandla, amafoli nebhala ngoba abafundi bayazilimaza ngesikhathi sokudlala nesokudla," kusho uthishanhloko.

OLUNYE UDABA:Izingane zesikole zivulele amaphoyisa icala

"Uma bedlala abafundi bafuna ukwenza izinto ezingaphezu kwamandla azo mase ziyalimala.”

Omunye wabazali onendodakazi efunda kulesi sikole uthe ingane yakhe ayithokozile neze ngalo mthetho obekiwe.

"Ngabe kufanele sizigoqe ngovolo na izingane zethu njalo uma ziya esikooleni?

"Kwenzekeni ngokuthi ingane ibe yingane?"

"Ngesikhathi ngisakhula mina ukubuya nemihuzuko esikoleni kwakuchaze ukuthi ngibe nosuku oluhle esikoleni njengengane, kubika iThe Mirror.

UHerman-Write ube esethi kuwumsebenzi wabo ukuphepha kwezingane esikoleni kanti futhi kuyinto ebalulekile kubo.

"Isinqumo esisithathile mayelana nalo mdlalo simqoka."

  - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.