Isimanga belindele ukuvuswa kowashona ngo-2013.

2015-01-10 11:14
Kwale - Abahlali basesifundeni iKwale, ezweni laseKenya, bathukuthele bathelwa ngamanzi ngesikhathi inyanga ihluleka ukuvusa umuntu obeshonile, ikhala ngokukhathala.

Abahlali baqhomoloze amahora becula amaculo belindele ukubona isimangaliso, kusho iphephandaba lakuleli lizwe iStar.

"Besingakaze sizwe ngokuvuswa komuntu oshonile, besifuna ukuzibonela ngo-si," kusho omunye wabahlali uNdaro Kokota.

Umphakathi ubulindele ukubona isimangaliso senyanga uSamuel Kanundu, obehlala njalo eqhosha ngokuthi uyakwazi ukuvusa abantu abangasekho.

NgoLwesine umphakathi uhlale walindela ukuvuswa kwendoda eyashona ngo-Okthoba ka-2013.

Umphakathi ugcine uthukuthela ngesikhathi kungenzeki lutho, indoda ingavuki noKanundu ebatshela ukuthi abalinde ukhathele.

Umndeni wowashona uthi ukholwa wukuthi kube nzima ukuvuswa kukamufi ngesizathu sokuthi wabulawa umthakathi.


 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.