Ivideo: Abantu basize obebambeke ngaphansi kwetekisi

2015-08-12 16:01

London - Sekusabalale ivideo etshengisa iqulu labantu lihlenga owesifazane obebambeke ngaphansi kwamasondo etekisi.

Owesifazane obalelwa eminyakeni elinganiselwe kwengu-40 ubudala ubambeke emasondweni eteksis ngemuva kwengozi eyenzeke eLondon, eNgilandi.

Omunye umuntu wesifazane obezihambela ubone lo wesifazane ebambeke ngaphansi kwetekisi wabe esebiza abantu emgwaqeni ukuba basize.

OLUNYE UDABA: Iyelulama indoda esizwe iphoswe eweni eKZN

Kungakapheli sikhathi kuvele kwaqoqana inqwaba yabantu endaweni yesigameko basiza lo wesifazane.

Omunye wabantu besilisa ungene ungene emotweni wadonsa i-handbrake kwathi abanye ababalelwa ku-30 bequbula imoto.

Lo wesifazane olimale kanzima uyelashwa esibhedlela, kubika iNewswatch.

Buka ivideo ngezansi:


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.