Ivideo: Uhobo othi ufundisa ngesiZulu

2015-01-20 16:02
Cape Town - Usezakhele ugazi kwabangasazi isiZulu owesilisa ohlala emgwaqweni othi ufundisa abashayeli bezimoto igama elisha lalolu limi zonke izinsuku.

UVeli Moses Mackenzie uthi uma abantu abahamba ngezimoto bebabona ezimpambanweni zemigwaqo babona izigebengu.

“Banyusa amawindi basizibe kube sengathi esikho nhlobo.

Singabantu nathi yingakho ngiqhamuka nento engabasiza ngokuthi ngibafundise isiZulu kube khona name engingabasiza ngakho,” esho kwiDaily Vox.  

Nakuba abasaziyo isiZulu bezoba nenkinga nendlela abafundisa ngayo njengoba ehlanganisa isiXhosa nesiZulu kodwa bakhona okuthiwa bayakuthokozela ukufunda okusha njalo kuMackenzie.

Zibonele echaza igama lanamhlanje kule video engezansi.



    - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

       - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.