Ivideo:Izikakele indoda ebithi iyadansa ekilabhini

2015-08-12 13:32

London - Indoda izihlazile ngesikhathi idansela abantu besifazane ekilabhini ithi izama ukubachaza kwavele kwenzeka ebingakulindele.

Le ndoda ibithi ifundisa abantu besifazane abathuthu isitayela sokudansa ngesikhathi ishaya ama-get down, igoba kanti izothi iyagoba kuputshuke ngemuva, yagijimela endlini encane nesiphuzo sayo ebisiphethe esandleni.

Kuphume ivideo ye-CCTV eqoshwe ekilabhini eCardiff etshengisa le ndoda izama ukwenza ezibukwayo ngaphansi kobukhazikhazi bamalambu.

OLUNYE UDABA: Inlinziwe indoda engenwe yithoshi ezinqeni

Le video ibe isifakwa ku-Newsflare ngoMgqibelo, kubika iThe Mirror.

Umngani wale ndoda uthe: "Ubezama ukuchaza abantu besifazane ngomdanso wakhe adlisa ngawo wagcina ngokuphunyuka ebhulukweni lakhe.

"Wayekhishwa yisisu ngaphambi kokuba sihambe siye ekilabhini. Wayengeke aye ekilabhini kodwa ngamuphoqa, kuyiphutha lami okwenzeke kuye."

Buka iVideo ngezansi:

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
2 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.