Izakhamuzi zivulele uGrace Mugabe icala

2015-01-22 17:29
Harare - Izakhamuzi zaseMazowe, eZimbabwe, zithathe izinyathelo zomthetho ngemuva kokuthi kuthululwe izilwane epulazini ezihlala kulo, nokuthiwa uGrace Mugabe ufuna ukuliphendula isiqiwi.

Izingane kulesi sigodi zithi seziyasaba ngisho ukuya esikoleni kulandela ukulethwa kwamadube abalelwa ku-100 kuleli pulazi, kusho ummeli uTonderai Bhatasara.

OLUNYE UDABA: Umphrofethi uthi uGrace uzoshona kuqala kunoMugabe

"Izingane azisayi esikoleni ngenxa yokusaba lezi zilwane,” kusho uBhatasara weZimbabwe Lawyers for Human Rights (ZLHR).

"Sesixhumanile namakhasimende ethu ngokuthi yiziphi izinyathelo okumele sizithathe.”

Ngesonto eledlule, i-ZLHR iphume phambili enkantolo ecaleni lokuvimbela amaphoyisa ukuthi akhiphe ngendluzula izakhamuzi kuleliya pulazi.



 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
Most Read
News In Your Area
Top Lifestyle
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.