Izigebengu zibambe inkunzi esontweni

2015-08-24 14:33

Durban -  Izigebengu zihlasele unogada zamphuca isibhamu sakhe ngesikhathi kubanjwa inkunzi kwelinye lamasonto aseGlenwood eThekwini, ngokusho kombiko.

 Kubikwa ukuthi unogada uphazamise lezi zigebengu ngesikhathi zigqekeza kuleli sonto ngoMsombuluko ekuseni.

Ngesikhathi lezi zigebengu zihlangabezana nalo nogada zimhlaselile zamkhumulisa zamphuca nesibhamu.

OLUNYE UDABA: Ushone enza akuthandayo undodana - Umama

"Ngemuva kokumphuca isibhamu zibe sezibalela ngezimoto ezimbili okubalwa eyohlobo lweMerecedese Benz nenye ebiyebiwe,"kusho imanenja yenkampani yonogada iBlue Security.

Okhulumela amaphoyisa uMajor Thulani Zwane usiqinisekisile lesi sigameko.

"Kuvule amacala okwebiwa kwemoto nokubamba inkunzi,"kusho uZwane enanela ngokuthi bekungakaboshwa muntu kodwa amaphoyisa ayaphenya.  

        - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 

            - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
1 comment
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.