Izigebengu zisacaze phansi usana lwashona

2015-08-25 13:32

Abuja – Izigebengu zase-Idanre, eNigeria, zisolwa ngokushaya kabi owesifazane zase zithatha usana lwakhe oluneminyaka emibili ubudala zalusacaza phansi lwashona kulandela ingxabano.

Ngokombiko we-PUNCH, isisulu, uBeatrice, besihlaselwa yizigebengu zithunywe owesifazane ake axabana naye.

Kulesi sigameko, lezi zigebengu zithathe ingane yomfana kaBeatrice zayishaya phansi ngekhanda yashonela endaweni yesigameko.

OLUNYE UDABA: Izigebengu zibaleke nebhokisi lemali elingenalutho

Kuthiwa lezi zigebengu zibe sezikhala amaphepha ngemuva kwalesi senzo.

UWole Ogodo, okhulumela amaphoyisa ase-Idanre, usiqinisekisile lesi sigameko wathi kube sekuboshwa abasolwa.

U-Ogodo uqhube ngokuthi kunophenyo oluqhubekayo, kanti abasolwa bazobekwa icala maduze.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.