Izigebengu zishayise 3 wezingane zibalekela amaphoyisa

2015-08-24 16:03

Johannesburg - Beziqeda ukubamba inkuzi isitolo sezimphla zokugqoka izigebengu zase zishayise izingane ezintathi ngesikhathi zibalekela amaphoyisa.

Okhulumela amaphoyisa uCaptain Mega Ndobe uthe abasolwa abane babambe isitolo sakwaPEP enxanxathela yezitolo zaseLetsoho eKatlehong eKurhuleni ngopLwesihlanu zabaleka nemali eyisamba esingadalulwanga.

“Izigebengu zibaleke ngemoto yohlobo lwe-Opel Astra emhlophe  ngesikhathi zigijinyiswa ngamaphoyisa.”

OLUNYE UDABA:  Izigebengu zibambe inkunzi esontweni

UNdob uthe ngesikhathi abasolwa bebaleka ngemoto emgwqeni uBuurman eduzane naseChris Hani Mall bashayise intombazane eneminyaka engu13 ubudala badlula baphinde bashayisa enye intom,bazanebalelwa emnyakeni engu-13 ubudala nayo ngaphambi kokushayisa umfana naye oneminyaka engu-13 ubudala.

“Abaoslwa bashiye imoto ekhoneni lomgwaqo uBuurman noTalani eVosloorus base bebaleka ngezinyawo beshiya isikhwama semali ngemuva."

Akukaboshwa muntu kanti izingane ziphuthunyiswe esibhedlela iThelle Mogoerane eVosloorus nge-ambulensi, kubika iDaily Sun.

Amaphoyisa ayaphenya.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

 - Thola ezinye izindaba zeDaily Sun kumakhalekhukhwini wakho

 - Thola izindaba zeDaily Sun kuFacebook

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.