Izingane ezine zishe zaba ngumlotha

2014-12-21 09:18

Harare – Izingane ezine zishe zaba ngumlotha eningizimu neZimbabwe, ngesikhathi uphethiloli obubekwe endlini uhlangana nomlilo, kusho umbiko wephephndaba le ndawo.

Izingane beziseminyakeni yobudala ephakathi kwemibili neshumi nanye, bezigadiswe oneminyaka engu-20 ubudala.

Kukholakala ukuthi endlini bekubaswe isitofu segesi.

Omakhelwane bathi bezwe umsindo wezingane zikhala nokho bagcina bekwaze ukukhipha eyodwa, nayo egcine ngokushona.

Obegadiswe izingane uthola ukwelashwa esibhedlela KwaBulawayo.

Umama wezingane uSiphiwe Dube uhlulekile ukuzibamba ekhuluma nephephandaba iChronicle, ngesikhathi ezwakalisa ubuhlungu abuzwayo.



 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.