'Izingane' zimshiye elenga uL'vovo ngemuva kokufelwa yimoto

2015-10-25 14:05

Durban - Umculi uL’vovo Derrango kuthiwa usale encela izithupha ngemuva kokulaxazwa amantombazane amabili abehamba nawo ngemuva kokuthi imoto yakhe inqabe ukusuka.

Imithombo yeSunday Sun ithi i-BMW X5 kaL’vovo, ogama lakhe langempela nguThokozani Ndlovu, yale yaphetha ukusuka eCubana, eThekwini.

“Amantombazane amabili abenamathele kuye ubusuku bonke amxebukile ngemuva kokuthi imoto yakhe ivelelwe yinkinga," kusho umthombo.

OLUNYE UDABA: UL'vovo ufuna ukuzakhela igama kowokulingisa

Omunye umthombo uthi uL'vovo kumphoxe kakhulu lokhu njengoba ngaphambilini ubebukisa ehabula utshwala obubizayo.

“Sonke siyazi ukuthi unezimoto eziningi, zonke waziyisa emzini wakhe kanokusho oseNewcastle."

Kuthiwa kwale noma omunye umngani wakhe esezama uukumbhustela i-battery kwazinhlanga zimuka nomoya.

UL’vovo ukuqinisekisile ukuthi ubeseCubana wathi kodwa : “Angithandi ukukhuluma ngalezo zinto nabezindaba."

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.