Izinkumbi kufihlwa "uSompisi" eLamontville

2015-06-14 09:33

Durban – Amaciko namalungu omphakathi waseLamontovile baphume ngobuningi ukuzovalelisa umlingisi wodumo uTiki “Sompisi” Nxumalo enkonzweni yakhe yokugcina ebibanjelwe kuleli lokishi.

Ngokubika kweSunday Sun “indodakazi” yakhe kwiGenerations uMam Ruby (Slindile Nodangala) ubengomunye wosaziwayo abahambele lo mngcwabo obuseLamontville Community Hall ngoMgqibelo.

USompisi wazakhela udumo emdlaweni wochungechunge iGenerations lapho adumo ngokuthi: “Liphi itiye lami?”

Le nkonzo ibiholwa ngowangumbhali weGenerations uBongi Ndaba utshele izinkumbi zabantu ukuthi ulapho ekhona manje ngenxa kaTiki.

“Uyena owangifaka emkhakheni wezeshashalazi ngiseyintombazane.

Wangikhulisa kulo mkhakha engichushisa nabanye abaningi.

Silapho esikhona namhlanje ngenxa yakhe.

OLUYE UDABA: OweKhumbul'ekhaya ubuyelane noweMuvhango

Emndenini wakhe wakhe ngithi, kumele niziqhenye ngaye,” esho.

USlindile uthinte izinhliziyo zabaningi ngesikhathi ephawula ngesikhathi asichitha noTiki.

“Uyinkakha yoqobo. Ngangingakazalwa ngesikhathi eqala ukulingisa.

Ubewuthanda umsebenzi wakhe. Usikhombise indlela njangebalingisi abancame.

Uthando abenalo nokuzinikela kwakhe okwenza sime lana namhlanje sikhulume ngaye,” esho.

USlindile ucwebise abantu izinyembezi ngesikhathi eseshaya inoni elithi “It Is Well With My Soul” alishaye ngezwi elimtoti.  

Uphethe ngokubonga uTiki ngokuthi angabuyeli kwiGenerations ngemuva kokuxoshwa kwabo kulo mdlalo.

      - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 

       - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.