Izinto azihambi kahle kwelizobamba owe-Afcon - Umqeqeshi

2015-01-16 07:54

Malabo - Izimbangi zeBafana Bafana kwi-Afcon, iCongo, iyehluleka ukuthola indawo yokuhlala ezokwanela zonke izisebenzi kanye nabadlali beqembu selokhu befikile e-Equatorial Guinea.

Umqeqeshi uClaude Le Roy usedalule ukuthi izwe elisingethe lo mqhudelwano alihlinzekanga izivakashi ngezindawo zokuhlala ezanele futhi isimo abazithola bebhekene sano sibi kakhulu.

Funda nalolu daba: Wonke azoqhudelana kwi-Afcon azokuhlolelwa i-Ebola - CAF.

 “Indawo ayanele ukuhlalisa zonke zisebenzi zami futhi kunzima nokutholela abadlali indawo,” kusho uLe Roy etshela iBBC World.

"Ugesi uyinkinga, izintambo zihleli obala. Bengifuna ukugeza izandla kodwa amanzi abengekho.”




 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.