Izithandani zasebenzisa itestamente elidala, zihlukumeza ingane

2015-08-14 16:08

London - Intombazane esikhulile ibiyisigqila socansi sezithandani okwakumele ziyikhulise ngemuva kokushona kwamaywayo.

URob noMarie Johnson baboshwe ngoLwesibli .

Kubikwa ukuthi isisulu sineminyaka engu-13 ubudala saqala ukuhlala nalezi zithandani emzini wazo osePort St Lucia, eFlorida ngemuva kokudlula kwamama wayo emhlabeni, kubika abeDaily News.

Ngemuva kwezinsukwana wahlukunyezwa ngokomzimba nangokocansi.

URob, 44, wathi le ntombazane ayimubize ngobasi waphinde wayinika nendandatho ewuphawu lokuthi ungowakhe.

OLUNYE UDABA: Kuboshwe izithandani ngecala lokudlwengulwa kwengane

Lezi zithandanai zatshela le ntombazane ukuthi kufanele izibandakanye ocansini nabo ukuze yamukeleke emndenini kanti futhi uma inqaba uMarie, 41, wayezoyingenela ngoswazi, kusho amaphoyisa.

Le ntombazane yayingavumelekile ukuphuma njengoba yayifundiswa nguRob ekhaya noma isebenzise ucingo.

URob wayeyifundisa amazwi etestamente elidala  ayekholwa wukuthi yilo eligunyaza ukuyiphatha kabi le ntombazane. kubika iThe Mirror.

Le ngane yakwazi ukubaleka ngesikhathi ugogo wayo eseyithengele ithikithi lebhanoyi eliya e-Ohio yaze yakhuluma ngokuhlukunyezwa kwayo kwezinye izisulu zokuhlukunyzwa ngocasni.

URob noMarie babhekene necala lokuhlukumeza ngokocansi kanti  bangaphandle ngebheyili yeali elinganiselwe ku-R768 126,00.

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.