Uzovela enkantolo otholakale nezimbaza

2015-08-15 14:11

Cape Town - Kulindeleke ukuba ivele ngaphambi kweNkantolo yeMansthi yaseStrand ngoMsombuluko indoda ebihamba ngesivinini emgwaqeni uN2 ngemuva kokuba itholwe nezimbaza ezibalelwa emalini engu-R1m.

Le ndoda eneminyaka engu-35 ubudala iboshwe ngoLwesine ebusuku ngesikhathi amaphoyisa ebone imoto esolisayo kuN2 iphuma eHermus, kusho okhulumela amaphoyisa uConstable Noloyiso Rwexana.

OLUNYE UDABA: Kuboshwe abadoba izimbaza ngokungemthetho 

"Kutholakale izimbaza ezingu-6 965 ezilinganiselwe emalini ngu-R1m ngentengo yasemgwaqeni ngemuva kokuba le moto isigijimise amaphoyisa."

Uphenyo lwakamuva lube seluveza ukuthi le moto yebiwa ngoMashi ngonyaka ophelile eStrandfontein.

Umsolwa uboshelwe amacala amabili, elokutholakala nezimbaza nelokutholakala nemto eyebiwe. kusho uRexwana.

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
Most Read
News In Your Area
Top Lifestyle
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.