Kubanjwe isitolo sesithathu sobucwebe eKapa

2015-01-22 12:30
Cape Town - Isitolo sobucwebe saseCamps Bay singezinye sezitolo esibanjwe inkunzi ngenyanga edlule.

Amadoda amabili abambe inkunzi isitolo sobucwebe iManfred Karner Designer Jewellery Studio esisePromenade Centre, emgwaqeni uVictoria ngaphambi kokuba abaleke ngemoto yohlobo lwe-BMW emhlophe.

USihlalo wenhlangano yamaphoyisa omphakathi waseCamps Bay uBernard Schafer usiqinisekisile isigameko ngoLwesithathu.

"Kugqekeziwe namuhla, akekho olimalile."

USchafer uphinde wathi isigameko siyaphenywa.

OLUNYE UDABA: Kubanjwe inkunzi 3 wezitolo ePaarl Mall

Isitolo sivaliwe ngezithuba zabo-10:00 ekuseni ngemuva kokubanjwa inkunzi.

Ngomhlaka-11 Januwari izigebengu ezazigqoke osiyasebenza agqekeza isitolo sobucwebe iHarris & D’arcy esisenxanxathela yezitolo iBlue Route.

Ngomhlaka-6 Januwari kwagqekezwa isitolo sobucwebe esisemgwaqeni omkhulu eKalk Bay, kubika iCape Argus.



 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho
                              

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

                                        

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.