Kuboshwe 15 wabashokobezi eBelgium naseFrance

2015-01-16 18:31
Brussels – Iziphathimandla zaseBelgium zithe zibophe abantu abangu-13 kwathi abanye ababili baboshelwa eFrance ngokulwisana nobushokobezi kula mazwe  kulandela isigameko somlilo esiholele ekutheni kushe abashokobezi ababili.

IMantshi u-Eric Van der Sypt uthe ngemuva kophenyo olunzulu kutholakala izindawo ezine ezisetshenziswa ngabashokobezi njengoba kuphinde kwatholakala nezinganono zohlobo lweKalashnikov.  

OLUNYE UDABA: Kubhekwe abashokobezi abangase bahlasele

NgoLwesine amaphoyisa aseBelgium agasele kulezi zindawo ezine okucasha kuzo abashokobezi edolobheni elisempumalanga yeVerviers adubula abulala abasolwa ababili aphinde alimaza oyendwa obe esekhalelwa ngamaspngo kaSigonyela.

USypt uthe inhloso yalaba bashokobezi bekuwukubulalal amaphoyisa emgwaqweni nasemahhovisi wawo.

    - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 

        - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.