Kuboshwe 2 ngokubulawa kowesilisa eGoli

2015-01-18 07:23

Johannesburg – Kuboshwe abantu ababili ngokubulawa kowesilisa eKempton Park Ekurhuleni ngokushokwamaphoyisa aseGauteng.

Laba basolwa abaneminyaka engu-34 no-37 ubudala baboshwe beseBronkhorspruit  ngoLwesihlanu ngemuva kokubonakala beshayela imto kamufi oneminyaka engu-46 ubudala, kusho uCaptain Jethro Mtshali.

Umnikazi wale moto watholwa eseshonile kwlinye lamagumbi emzini wakhe eBredell enamaxeba ezindaweni ezahlukene emzimbeni.

OLUNYE UDABA: Kubulawe ababili KwaDukuza

Kukholwakala ukuthi waqalwa waklinywa njengoba enezibazi nasemqaleni.

“Kwantshontshwa izimpahla zokugqoka, umakhalekhukhwini, ilaptop, isikhwama semali nemoto yakhe yohlobo lweMazda 3,” kusho uMtshali.

Laba basolwa kulindelek ukuba bavele eNkantolo yeMantshi yaseBronkhorspruit ngamacala okutholakala nezimpahla ezebiwe.

Bazophinde bavele eNkantolo yeMantshi yaseKempton Park ngamacala elokubulala nokuphanga.

    - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 

        - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.