Kuboshwe abagqekeze esitolo

2015-01-07 11:01

Johannesburg - Amadoda amabili aboshiwe ngemuva kokubanjwa inkunzi ibhizinisi eGoli, kusho umbiko wamaphoyisa aseGauteng, ngoLwesithathu

Ngokusho kukaWarrant Officer Xoli Mbele, abasolwa ababili abaseminyakeni yobudala engu-22 no-23, babanjwe ngoLwesibili, ngemuva kokubanjwa besacashe ngaphakathi endaweni yesehlakalo.

Inkunzi ibanjwe ebhizinisini elisekhoneni likaSmall no-Albertina Sisulu, maphakathi neGoli

Funda nalolu daba: Kudutshulwe ikhehla kubanjwa inkunzi ePitoli

"Kukholakala ukuthi umnikazi webhiznisi oneminyaka engu-26 ubudala,ufike isitolo sakhe sigqekeziwe ngoLwesibili ekuseni, ngesikhathi ezovula," kuchaza uMbhele.

 

Ube esebiza amaphoyisa, aqhube uphenyo abamba abasolwa besengaphakathi.


 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.