Kuboshwe abane ngokuzama ukubamba inkunzi epulazini

2015-01-18 10:33

Johannesburg – Kuboshwe abasolwa abane ngezinsolo zokuzama ukubamba inkunzi epulazini laseDe Tweedespruit eDullinan ngokusho kwamaphoyisa aseGauteng. 

Isisebenzi sasepulazini ebesiqhuba umsebenzi waso ekuseni ngeSonto sibanjwe sakhonjwa ngesibhamu sayivalelwa endlini kuleli pulazi, kusho uokhulumela amaphpyisa uJohannes Jafta.

“Umnikazi waleli pulazi ubone ngewindi obekwenzeka kwisisebenzi sakwazi wabe esethinta abanye abalimi endaweni,” echaza.

Kubikwa ukuthi ngesikhathikufika la madoda amane aphume acela empunzini acasha emahlathini aseduzane. 

OLUNYE UDABA: Kuzocaca ngababulale amabhungu epulazini

Kubizwe amaphoyisa afika awathungatha kanti oyedwa wala madoda wazama ukuwadubula kodwa kwangalimala muntu.

Ngokuhamba kwesikhathi amaphoyisa akwazike ukubopha laba basolwa abane njengoba kuphinde kwatholakala nezibhamu ezimbili.

Kulindeleke ukuba bavele enkantolo maduze.

“Bazobhekana namacala okuphanga, ukuzama ukubulala nokutholakala nezibhamu ezingekho emthethweni nezinhlamvu,” esho.

      - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 

          - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
Most Read
News In Your Area
Top Lifestyle
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.