Kuboshwe abasolwa ababili ngolwasehostela eMlazi

2015-07-23 14:39

Durban - Amaphoyisa aseMlazi esebenzisana naweCrime Intelligence abophe abasolwa ababili ngecala lokuzama ukubulala esigamekweni esenzeka ehostela laseGlebelands eMlazi, ngoLwesithathu.

Kusolwa ukuthi ngomhlaka-27 Juni 2015 ngezithuba zabo-02:45 kwadutshulwa kwalimala indoda eneminyaka engu-33 ubudala ngabasolwa abangaziwa ngesikhathi isegumbini layo ehostela yaseGlebelands, eMlazi.

Isisulu saphuthunyiswa esibhedlela.

OLUNYE UDABA: Zibuye emaholidini kukhala ibhungezi izingane ehostela

Kuvulwe icala lokuzama ukubualala esiteshini samaphoyisa aseMlazi.

Ngemuva kophenyo olunzulu amaphoyisa agcine ekwazile ukubopha izigilamkhuba ezimbili.

Abasolwa balindelekel ukuba bavele enkantolo yemantshi yaseMlazi ngecala lokuzam,a ukubulala.

Ngokusho kwesitatimende samaphoyisa uKhomishana wamaphoyisa aKwaZulu-Natal uLieutenant General Mmamonnye Ngobeni ushayele ihlombe amaphoyisa ngomsebenzi wawo omuhle.

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
Most Read
News In Your Area
Top Lifestyle
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.